Igama lesayensi luka-Vendle ngu-Pelargonium luridum, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"variable stork's bill". Lesi isitshalo esinombondo (geophyte) esihlala iminyaka eminingi, esinezimbali ezimhlophe kuya ku-pinki. Sitholakala kusukela eNingizimu Afrika kuye e-Angola, eningizimu ye-Congo nase-Tanzania.
Vendle umuthi wokushaya izitha noma wokuthakatha isitha, uyawuthaka neminye imithi, uyithele lakuzodlula khona isitha sakho siqhuma igazi ngamakhala, usuke uthakiwe neminye imithi. Wenzani lomuthi:
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.